top of page
Search

Phefumula

  • Writer: Uzizwa Kanjani
    Uzizwa Kanjani
  • Jun 28, 2020
  • 1 min read

Updated: Aug 9, 2020

Siyazi ukuthi kunzima ukuzola ngalesikhathi. Kodwa, kumele sibheke phambili thina ngokwethu. Ngalokhu kuzivocavoca awuzukukhathazeka kangako, njalo uzothola isithupha ngokuba nengqondo ekhanyayo.


  1. Beka izinyawo phansi.

  2. Isho isikhathi nosuku.

  3. Phefumula ngokujula.

  4. Bheka egumbini lonke bese usho ukuthi yini ongayibona.

  5. Qinisa inqindi yakho bese uyidedela. Phinda futhi izikhathi ezinhlanu.

  6. Cabanga ngendewo ephephile. Isibonelo: Olwandle kanye nasezintabeni.

Ngalesikhathi wenza lokukuzivocavoca, ungalalela leli vidiyo:







 
 
 

Comments


Post: Blog2 Post
bottom of page