top of page
Search
  • Writer's pictureUzizwa Kanjani

Indlela yokuba iqhawe: Ukunakelana

Updated: Jul 15, 2021



Siyazi ukuthi siphila emphakathini ongalungile. Thina, asifuni ukusho ukuthi yini esibhekane nayo, ngoba siyazibona ezindabeni, emsakazweni kanye nakwezokuxhumana. Abantu abaningi bathi ukuthi bona bazoshintsha izinto ngokubhikisha kanye ukwenza ezinye izinto zokwenza ngcono isimo sezinto. Kunzima ukwenza lokhu futhi kuyadinwa. Umuntu uzosibona aphethwe “Yishiswa Yiqhawe”, isimo sokukhathala ngokomzimba nangokwemizwa. Izimpawu zokuShiswa iqhawe zingaba, ukungafuni ukudla, ukudla kakhulu ngokukhathaza isikhathi eside.


Kodwa uyazi na ukuthi kunendlela yokuba yiqhawe futhi ugcine isimo sempilo senqgondo? Le ndlela libhizwa ngokuNakelane. Asifuni ukukutshele ukuthi kumele ube yiqhawe ngalendlela, empeleni sifuna ukuthi ufunde ezinye izindlela zobuqhawe. Kodwa thina sifuna ukunitshengisa ukuthi kunendlela yokulwa izikinga zaseNingizimu Afrika ngendlela engacekeli phansi impilo yengqondo yakho. Njengomphakathi, uma sikhuluma ngokulwa izinkinga asikhulumi kakhulu ngokunakekelana.


Manje, Isimo somphakathi sinakela izimali hhayi inhlalakahle yawo wonke umuntu. Uma sinakekelana empeleni siyaphikisana amani ethi ukuthi siyahlukana. Ukunakelana siyenza ukuthi silandela amanani ayisisekelo womphakathi wase-afrika: ukunakelana. Uma sithatha isikhathi sokunakela abantu emphakathini siyabona eyigugu lethu, ukuze sithole isibindi sokukhuluma amalungelo akho. Ngokunakelana siyakhona ukuthintha zonke izinkinga zompakhathi: udlame olubhekiswe kwabesifazane, ukungasebenzi, ukucwasa. Empeleni ubuqhawe bonke buthintha izindlela iziphathimandla banganakekela abantu babo.




Kodwa yini ngempela ukunakela? Thina sibona ukuthi kumele sizinakele futhi sinakekelane. Uma asizinakekeli kuzobanzima ukuthola amandla wokubhekane nabanye abantu. Ngakho-ke kumele sijwayeze ukuzinakekela uma singamaqhawe. Kuyadida uma sithi ukuthi iziphathimandla kufanele zisinakekele kodwa thina asizinakekeli kanye asiwazi umuzwa wokunakekelwa. Ungayenza lezinto ukuzinakela:


  • Hlanza indawo lapho uhlala khona

  • Nciphisa isikhathi osichitha nabantu ababi

  • Nciphisa isikhathi ezokuxhumana

  • Ukwenza izinto ozithandayo


Bheka ikhasi elithi “Izindlela zokuthukusiza impilo yenqondo” ukuthola ezinye izindlela sokuzinakekela. Umhlawumbe ungathola incwadi lapho uzobhala izindlela uzozinakekela. Lokhu kuzosiza ukuqaphela indlela ophatha ngawo abanyeabantu.



Uma sithanda mhlawube ukugcina izindawo lapho sihlala khona zihlanzekile, ukuzikhulumana ngendlela oluhle, kanye nokunakekela imizimba yethu. Kufanele ukuthi sigcine izindawo zomphakathi zihlazekile, sikhulume nabanye abantu ngendlela enhle futhi sihloniphe imizimba yabanye abantu.


Ukuzinakelana ngalesi khathi esinzima:


  • Hlala endlini uma ungakwenza lokhu. Njengoba umhlaba uhlushwa ngudlame olubhekiswe kwabesifazane, ukuhlala endlini kungabanzimi. Bheka ikhasi elithi Izinombolo Okufanele Uzazi ukuthola abantu abangakusiza kulesi simo.


  • Nakela izingane, abantu besifazane kanye abantu abadala. Ungabakhapha uma kudingekile.


  • Zifake eqenjini lomphakathi.


  • Nikeza abasebenzi bakho ikhefu.


  • Ungasebenzisa ezokuxhumana ngendlela uzokukukwazisa, kodwa kumele usichiphise isikhathi uma ukhathazeka kakhulu.



Khumbula ukuthi kulungile uma ungafuni ukuba iqhawe ngendlela engathuthukisa impilo yengqondo yakho. Kunzima ukuthi “cha” ebantwini kodwa kubalulekile ukuzibheka.


10 views0 comments

Recent Posts

See All
Post: Blog2 Post
bottom of page