Uzizwa Kanjani
Jun 28, 20201 min
Updated: Aug 9, 2020
Siyazi ukuthi kunzima ukuzola ngalesikhathi. Kodwa, kumele sibheke phambili thina ngokwethu. Ngalokhu kuzivocavoca awuzukukhathazeka kangako, njalo uzothola isithupha
ngokuba nengqondo ekhanyayo.
Beka izinyawo phansi.
Isho isikhathi nosuku.
Phefumula ngokujula.
Bheka egumbini lonke bese usho ukuthi yini ongayibona.
Qinisa inqindi yakho bese uyidedela. Phinda futhi izikhathi ezinhlanu.
Cabanga ngendewo ephephile. Isibonelo: Olwandle kanye nasezintabeni.
Ngalesikhathi wenza lokukuzivocavoca, ungalalela leli vidiyo: